Zulu

Art & Music Invades KZN: Chords & Chill Event

, , , , , , ,

Culture and creativity at work in Newcastle, Amajuba at inaugural event in July 2024 On Saturday the 27th of July 2024,  Afropolitan Explosiv held a cultural event, “Chords & Chill”, at Baywash Lounge in Newcastle, KwaZulu-Natal. The evening was a remarkable experience that blended art, emotion, and community spirit. The ambiance was vibrant, filled with […]

Art & Music Invades KZN: Chords & Chill Event Read More »

Dlanini Masoka Kobola!

, , , , , ,

Image by Tshepo Phologane, Courtesy of 1stborn.Photography Ibhalwe nguMbuso Ngcongco Ngenyanga kaNhlangulana ngo1959 imbokodo yabamba inhlabaluhide yabhekis’ amabombo emabhaleni lapho uhulumeni wobandlululo wayethengisela khona amadoda umqombothi nobhiya. Ukuphisa utshwala kwabe kuyindlela yokwakha umnotho nokuziphilisa kwabesimame ababevile enkulungwaneni. Nangaphezu kwalokho, abaningi base beyibona imiphumela emibi yamankwebevu lapho amadoda ayengasabuyi namali, ephenduka izidakwa. Amaningi ayesaphelelwa nayimisebenzi, abesimame bengasathokozi ekamelweni okungamadojeyana

Dlanini Masoka Kobola! Read More »

Sikhona yini isidingo sokumtshela iqiniso?

, , , , ,

“Sikhona yini isidingo sokumtshela iqiniso?” kusho umuntu. “Kungcono angimuyeke naye uyozibonela mhla wavula amehlo akhe.” Ingabe yiyo na indlela ekumele siziphathe ngayo leyo, yiyo na indlela okumele sibone ikakhulukazi abaholi bethu ngayo le? Okubuhlungu ukuthi uma sizesajwayela ukungalikhulumi iqiniso kwasekuqaleni kuba nzima ukulikhuluma esikhathini esizayo. Kuvele kube sekuyajwayeleka ukubheka eceleni lapho kufanele khona siphakame sivele

Sikhona yini isidingo sokumtshela iqiniso? Read More »

Yin’ukwazi? (What is to know?)

, ,

  Yin’uKwazi? Ngitshele mngane! (Tell/advise me friend) Kuyini’ukwazi? (What is to know?) Ngigqoke kahle, (I am well dressed,) Ngiphath’induku (I carry a stick) Ngiqwale’umgwaqo, (I wander about the street) Ngidl’ezibomvu? (Dressed in red?)   Ngitshele ntanga! (Tell me peer!) Kuyin’ukwazi? (What is to know?) Ngukuy’’esikoleni, (Is it to go to school) Ngifundane nencwadi! (By merely

Yin’ukwazi? (What is to know?) Read More »

Scroll to Top