Kuhutshwe Ngeziginxi Nezimfijoli

Ngomhlaka 14 September 2019, uhlelo i-Artist Talk Series luphinde laqoshwa futhi khona e-Newcastle (KZN), endaweni yokunandisa i-Exclusive Baywash Lounge. Loluhlelo lethulwe i-Afropolitan Explosiv, inkampani edidiyelwa u-Dktl Thokozani Mhlambi, ongumqambi wamaculo kanye nomdlali we-Cello odabuka khona la e-Newcastle. I-Afropolitan Explosiv ibibambisene noMnyango wezaMasiko nobuCiko khona la KwaZulu-Natal. Kulohlelo, yilapho khona u-Dktl Mhlambi kanye nethimba lakhe besethulela […]

Kuhutshwe Ngeziginxi Nezimfijoli Read More »