Dlanini Masoka Kobola!

Image by Tshepo Phologane, Courtesy of 1stborn.Photography Ibhalwe nguMbuso Ngcongco Ngenyanga kaNhlangulana ngo1959 imbokodo yabamba inhlabaluhide yabhekis’ amabombo emabhaleni lapho uhulumeni wobandlululo wayethengisela khona amadoda umqombothi nobhiya. Ukuphisa utshwala kwabe kuyindlela yokwakha umnotho nokuziphilisa kwabesimame ababevile enkulungwaneni. Nangaphezu kwalokho, abaningi base beyibona imiphumela emibi yamankwebevu lapho amadoda ayengasabuyi namali, ephenduka izidakwa. Amaningi ayesaphelelwa nayimisebenzi, abesimame bengasathokozi ekamelweni okungamadojeyana …

Dlanini Masoka Kobola! Read More »